Woza Friday: Bavuthela Umdumo KaMaskandi Kuzwakale Abeqembu Lomculo "Amavuthela"

Iqembu lomculo kaMaskandi, "Amavuthela"

KuWoza Friday kuliviki sileqembu elicula umdumo kaMaskandi elaziwa ngokuthi Amavuthela elilamalunga adabuka koMahlabayithwale eFilabusi.

Umdumo kaMaskandi uqumba qumba abantu abanengi kulezinsuku. Sehlele khonale koGodlwayo Omnyama sayafukula iqembu laMavuthela.

Omunye wabo, uFreedom Mahwaya Sibanda, uthi selilesikhathi eside labunjwa iqembu leli.

"Ngizalelwe eFilabhusi esigabeni sase Gangabezi. Ngafunda izinga lemfundo ephansi ngafunda eSt. Matthews ePrimary School, kwasekuthi imfundo yaphezulu ngayafunda eTshazi Secondary School. Iqembu liqale ngo2006, salibiza ngegama lokuthi ngamavuthela."

Amavuthela avuthela njalo ahlele umculo wabo kamnandi. Kungani labizwa ngaleligama Mahwaya?

Umculi uFreedom Mahwaya Sibanda weqembu "Amavuthela"

"Limele indlela esishaya ngakhona, sishaya ngesimo esiphezulu kakhulu. Khona kuzekuthiwe Amavuthela lavela ebantwini abethi hayi madoda liyavuthela, lishaya kakhulu impela yikho-ke sagcina sisithi singamavuthela. Amavuthela aselama album amabili. I-album yokuqala iyenzwe ngo2010 enesihloko esithi Sibuyile, besekuthi le eyesibili yenziwe ngo2017 enesihloko esithi Ayaphela Amasiko Akithi."

Iqembu leli liqala ukucula lalingela njongo yokucindezela umculo walo, babezidlalela bezilibazisa njengabangane kodwa inengi labantu labakhuthaza ukuthi kabapheke umculo ngoba becula mandi. Kunjenje sebelamadlalade athakazelelwa ngabantu abanengi asetholakala.

Balomlayelo oqakathekileyo. "Yikubacela nje kuphela ukuthi basapote umculo wekhaya, basinikeze amandla mpela ukuze lathi siphakamise iflag yakithi kwaMthwakazi. Besengicela kakhulu nabaculi abafethu nodadewethu ukuthi sengathi bangacula mpela ngendlela enhle ngendlela eyisimanga bangabi ngama copycats, bangalandeli amanye ama Artists avela kwamanye amazwe."

Ngempela bayaludinga usekelo lwenu balaleli. Thengani umculo wabo libakhuphule njalo lingaxhumana labo likhulumisane ngezomculo.

UMahwaya uthi, "Siyatholakala enkundleni zokuxhumana, siyatholakala kuFacebook Amavuthela besekusithi-ke kuTwitter siyatholakala @Amavuthela1. I-number elingasithola kuyona ngu 0813130461 kushukuthi eyamike leyonumber uThula ku 0731760288 baba uHlongwane onguye osixhumanisayo nabantu makukhulunywa.”