Woza Friday: UThuli Sithimbili Usethulela Umculo weAfro Pop

Umculi weAfro Pop uThuli Sithimbili.

Kuhlelo Woza Friday kuliviki, silethulela uThuli Sithimbili, yenake ocula umdumo weAfro Pop. UThuli yisizalwane seZimbabwe esisebenzela eCape Town kwele South Africa kulezinsuku.

Igama lakhe lokuzalwa nguMiccajn Sikhosana. Wakubona kufanele ukuthi abelelinye igama alisebenzisa kwezokucula ezibiza Thuli Sithimbili.

Thuli Sithimbili

"Ngizalelwe koBulawayo ngakhulela koBulawayo. Izifundo zami zaphansi ngizenzele eMtshingwe Primary School kuthi ezaphezulu ngizenzele eLuveve High School. Umculo yinto engikhule ikimi inyathelo lokuthi ngiwuphakamise umculo wami ngilithethe ngo2012 lapha engihambe khona ngayofunda eMakhosi."

Ucula ingoma zomzwangedwa njalo igama lakhe liya lokhu liduma lisiya phambili. Lona-ke labuyanjani leli gama Thuli?

"Igama lestage engisebenzisayo nguThuli Sithimbili okuyisitemo sami ke leso. Khona ngiqala bengisazama ukufuna indawo yokuma, bengisazama ukudinga umgogodla, besengiyaqala ke ngiyenze umculo oyiwo ebengiwufuna ukuthi ngiyazakale ngawo."

Uyaqhubeka uThuli echasisa ukuba wona umculo oweAfro Pop wawukhetha njani.

Umculi uThuli Sithimbili

"Uhlobo lomdumo lo engiwukhethileyo, ngiwukhethe wona ngoba ngizizwa ngiyiwo, uyangi identifiyer okokuthi ma uyilalele ingoma ayifaniseki ukuthi ungathi uyifanise lomunye umuntu it connects with my spirit. Uyaconnector lento engiyiyo ebengivele ngiyifuna kusukela kudala. Ngihlabela inhliziyo yami."

Umculo wakho uyanambitheka Thuli. Phosela ilizwi kubalaleli ukuthi bengawuthola nga umculo wakho.

"Asebewuzwile bawamkela kuhle kakhulu ,ngiyathola ukukhuthazeka. Ingoma okwakathesi iyatholakala kuwo wonke ama digital platforms you can contact me ku0744686766 ngingakusiza ekuthini uyithole ingoma. Ungakwazi ukuyithenga directly from me. I Facebook page ithi Thuli official or ungalandela uThuli Sithimbili, ngiyabonga.”