Nanzi inhloko zendaba zangoMvulo Mhlaka 19 ngoMfumfu 2015.
Umsekeli kaMongameli welizwe uMnu Phelekezela Mphoko sekhuthaze amabhanga ukuthi ehlise imali ehlawulwa ngabamabhizimusi nxa bethe baboleka imali emizameni yokuthuthukisa amabhizimusi amancane.
--------------------------------
Abaphatheke kwezempilakahle bathi ukuqonga kwenani labasakhulayo abasesesikolo abadinga ukwelatshwa imikhuhlane yengulamakhwa ezibhedlela kukhomba ukuthi ilizwe lilakho ukubhekana lodubo lokumemetheka kutsha kokuthelelwana kwegcikwane lengculaza obesekunganeno.
--------------------------------
Lamuhla sisungula ihlandla lokuxoxisana labakhokheli bamabandla ezombusazwe esizalethulela lona iviki yonke. Umqalisiziba ngMnu. Norris Moyo owebandla le Progressive Democrats of Zimbabwe elikhokhelwa nguNkosazana Barbara Nyagomo ohlala eBhilithane.
--------------------------------
Iqembu labesifazane elimela ilizwe emdlalweni wenguqu libe liqembu lakuqala emdlalweni wenguqu eZimbabwe ukuphumelela ukuyadlala kumidlalo yamaOlympics ngemva kokunqoba eleCameroon ngeSonto.
Ngakolunye uhlangothi, iqembu labesilisa lalo linqobe eleLesotho nge 3-0 enkundleni yeBarbourfields, okuyimpumela ethuthukise amathuba alo okuyadlala kumidlalo yeAfrican Nations Championships kweleRwanda ekupheleni komnyaka.
--------------------------------
KuLivetalk namuhla sikhangela ukuphumelela kwamaqembu amela ilizwe emdlalweni wenguqu, elamaWariors lelamaMighty Warriors.
Lithiye indlebe kumsakazo weStudio 7 kuqala ngehola lesikhombisa ntambama kumagagasi athi 909 AM kumbe ku 4930 laku 5940 lo 15460 Shortwave.
Your browser doesn’t support HTML5