Kuliviki kuhlelo Woza Friday silomculi womdumo we Afro-Fusion uButholezwe Ntini ocula eko Bulawayo.
UButholezwe uzelwe ngo 1994 e Luveve koBulawayo wayahlala ekhaya eIrisvale, wasebuya njalo koBulawayo ezongena isikolo
"Ngafunda erose camp ngaqeda ngayafunda St Columbus ngayafunda Bahs eh ngakhula kunjalo ngikhulele thorngroove eh ngikhuliswa ngumama umama omdala kodwa nguye umama engimaziyo umama watshona 2003."
Ukuze angene kwezomculo uButho laye kukhona abamenza wabalomdlandla wokucula
"Umculi wase south africa ocula nje leyi abayibiza nge afro soul eh nguye owangi inspire kakhulu ngicine lami ngisithi ayi ithi ngithathe leyi indlela eyokuthi lami ngicule imusic ngiqalise ukubhala izingoma nga recorder ngo 2019."
Umculo esiwulaleleyo ngoka Butholezwe, pho uthiwa yini umculo wakho Ntini.
"Afro fusion eh umculo wami ubizwa njalo obhala ingoma lezo yimi engizibhalayo eh ngiledlalade elilodwa abalibiza ngokuthi uthando lwentombi emnyama."
Singakavali uhlelo akutshele abalaleli ukuthi umculo wakho bangawuthola nga njalo bengaxhumana lawe ngaphi?
"Umculo wami utholakala kumadigital platforms wonke kuFacebook page Butholezwe ongalandelwa yilutho then kuFacebook account nguButholezwe Ntini yiyo eactive izikhathi ezinengi kutwitter kungo Butholezwe _za kuinstagram nguButholezwe_za kuyoutube nguButholezwe."
Umdumo yiwo owe Afro-Fusion, umculi nguye uButholezwe ebekunguye esikwejise laye kuhlelo Woza Friday.
Your browser doesn’t support HTML5