Amnesty International: Awulahlwe Umthetho Omutsha owePatriotic Act 'Oncindezela Uzulu'

  • Gibbs Dube

FILE: Amapholisa atshaya abantu eZimbabwe

WASHINGTON - Inhlanganiso ye-Amnesty International ithi kumele kulahlwe umthetho omutsha owe-Patriotic Act.

Umthetho lo obizwa ngokuthi yi-Criminal Law (Codification and Reform) Amendment Act upasiswe nguMongameli Emmerson Mnangagwa ngeviki ephelileyo.

Umthetho lo wenza kube licala uma odabuka eZimbabwe engenza umhlangano labantu bakwamanye amazwe acele ukuba kujeziswe eleZimbabwe.

Ukubeka sobala ukuba abantu abenza lokhu balakho ukulahlekelwa yikuba yisizalwane seZimbabwe.

Ukwenza njalo kube licala elikhulu kakhulu uma umuntu ezama ukususa uhulumende okungekho emthethweni.

Otholakala elecala lokwenza lokhu ugwetshelwa ukulengiswa.

UMnu. Nhlanhla Moses Ncube, okunhlanganiso ye-Freedom Alliance, uthi inhlanganiso ye-Amnesty International ikhuluma okuthakazelela nguzulu.

SEE ALSO:

Ingxoxo Esiyenze LoMnu. Nhlanhla Moses Ncube

Kodwa uMnu. Believe Gaule, okubandla leZanu PF, uthi uqondile umthetho lo.

SEE ALSO:

Ingxoxo Esiyenze LoMnu. Believe Gaule