amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Sixoxa Lomculi uJeys Marabini


Majahawodwa 'Jeys Marabini' Ndlovu
Majahawodwa 'Jeys Marabini' Ndlovu

Kuliviki kuhlelo Woza Friday silomculi womdumo weAfro Jazz, uMajahawodwa Ndlovu odume ngegama lakhe lezomculo elithi Jeys Marabini.

Namhlanje uzositshela ngomcimbi wakhe omkhulu awenza kusasa koBulawayo labanye abaculi awubiza "Friends of Jeys in Concert” ethakazelela iminyaka engamatshumi amathathu lane - 34 years ecula.

UJeys olamadlalade alitshumi njalo olelitshi azalethulela uzulu ngoMgqibelo uthi akubizwa ozwayo koBulawayo emcimbini wakhe. Uthini uJeys ngedlalade leli?

"… Nkemenkeme kutsho ukuthi yialbum yami yesi 11. Nkemenkeme yiyo engicelebrate ngayo 34 years njalo ngiza launcher le album Saturday yonale mhlaka 19 October 2024. Loluhambo lude kakhulu ngoba ngiqalise ngicula umculo wembube ngisuka khonale koGodlwayo omnyama uMahlabayithwale umalala ndawonye, amajiya mpondo."

Majahawodwa 'Jeys Marabini' Ndlovu
Majahawodwa 'Jeys Marabini' Ndlovu

Abantu abanengi bayawuthakazelela umculo kaJeys. Uthi ukhangelele ukuthi uzulu amaxhase ngokuthenga umculo wakhe laleli dlalade lakhe elitsha.

"Ama albums ami wonke vele amnandi wonke mahle wonke umsebenzi wakhona uthandwa nguwonke umuntu ngithathi skhathi sami ngisenzela abalandeli abathanda uJeys Marabini ukuthi bajabule bakwazi ukuthi umculi wethu ukhiphile idlaladi elitsha asambeni siyelithenga ezitolo khathesi sokulula ngoba umculo usuthengiswa ezitolo lezi ezise moyeni imusic yami ikhona kubo Spotify abantu bayabukela kubo YouTube sikhona kubofacebook sikhona kuinstagram sikhona kubo tiktok."

UJeys ulomlayezo kubaculi abasacathulayo wokuthi baziphathe njani njengabaculi.

Majahawodwa 'Jeys Marabini' Ndlovu
Majahawodwa 'Jeys Marabini' Ndlovu

"Kuthatha kakhulu ukuthi umuntu azimisele umsebenzi wakho uyabonakala njalo uqala ngokubonakala lapho ohlala khona ubonakala edolobheni ohlala kulo ubonakale kuprovince ohlala kuyo andubana ubonakale ilizwe lonke njalo ngiyakhuthaza ukuthi ngabe kuthwa noma sokule technology kodwa bakwazi ukudlala mhlawumbe iziginci ama keyboards ama drums konke lokhu ukuze umculo ungafi odlalwa live."

Ungakahambi akusitshele ngomcimbi ozayo Jeys.

"Kusasa akubizwa ozwayo kuphuma ngitsho esiledolo esihamba ngodondolo engizabe ngidlala khona lo Steve Dyle wase South Africa lo Pastor Barrack okhonapha koBulawayo othandwa kakhulu ngabantu ekujabuleni iminyaka engu 34 kumusic industry ngikubona kumilestone ukuthi lami ngicelebrate ngisaphila ngizibonela ngifuna ukubona ukuthi abantu bayangithanda okungakanani ngiyaba nxusa ke ngo 06:00 ntambama academy of music khonapha koBulawayo lapha nje duze le trade fair."

Liyamenywa emdlalweni kaJeys Marabini ngoMgqibelo eMusic Academy koBulawayo nguye ebesilaye kuhlelo Woza Friday.

Forum

XS
SM
MD
LG