"Limele indlela esishaya ngakhona, sishaya ngesimo esiphezulu kakhulu. Khona kuzekuthiwe Amavuthela lavela ebantwini abethi hayi madoda liyavuthela, lishaya kakhulu impela yikho-ke sagcina sisithi singamavuthela. Amavuthela aselama album amabili. I-album yokuqala iyenzwe ngo2010 enesihloko esithi Sibuyile, besekuthi le eyesibili yenziwe ngo2017 enesihloko esithi Ayaphela Amasiko Akithi."
Iqembu leli liqala ukucula lalingela njongo yokucindezela umculo walo, babezidlalela bezilibazisa njengabangane kodwa inengi labantu labakhuthaza ukuthi kabapheke umculo ngoba becula mandi. Kunjenje sebelamadlalade athakazelelwa ngabantu abanengi asetholakala.
Balomlayelo oqakathekileyo. "Yikubacela nje kuphela ukuthi basapote umculo wekhaya, basinikeze amandla mpela ukuze lathi siphakamise iflag yakithi kwaMthwakazi. Besengicela kakhulu nabaculi abafethu nodadewethu ukuthi sengathi bangacula mpela ngendlela enhle ngendlela eyisimanga bangabi ngama copycats, bangalandeli amanye ama Artists avela kwamanye amazwe."
Ngempela bayaludinga usekelo lwenu balaleli. Thengani umculo wabo libakhuphule njalo lingaxhumana labo likhulumisane ngezomculo.
UMahwaya uthi, "Siyatholakala enkundleni zokuxhumana, siyatholakala kuFacebook Amavuthela besekusithi-ke kuTwitter siyatholakala @Amavuthela1. I-number elingasithola kuyona ngu 0813130461 kushukuthi eyamike leyonumber uThula ku 0731760288 baba uHlongwane onguye osixhumanisayo nabantu makukhulunywa.”