Kuliviki kuhlelo Woza Friday silomculi womdumo we Tshibilka uJeffrey Moyo odume ngegama lakhe lomculo elithi JM Sound yena udabuka e Kezi, kweleMatabeleland South.
Umdumo we Tshibilka abanye bathi iRhumba iculwa kakhulu eTsholotsho lase Plumtree kodwa uJM Sound uthi iKezi ngeke isalalele layo. Asizwe imbali yakhe ngamafitshane.
"lbizo ngingu Jeffrey Moyo, ngizalwa endaweni yase Halawupa eKezi eMatabeleland South ngaphansi kwenduna uMalaba. Ukucula ngiqale ngomnyaka ka 2010"
Selamadlalade ambalwa uJM Sound, wona umculo wakho uthiwa yini?
"Umculo wami yi Rhumba, amadlalade asengu 5 kuhlangene nje lama collaborations. Obhala izingoma ngiyazibhalela akukho lapho engithola khona usizo."
Yibaphi abaculi abakwenza wathanda ukucula njalo okwamanje usebenza lobani.
"NguMartin Sibanda owe Ndolwane Super Sounds, yes ngangingumlandeli we Ndolwane kodwa ke eqinisweni masengikubeka kusiba clear ngingumlandeli ka Martin. Umuntu engisebenzisana laye ikakhulu emculweni uLawrence ongumntaka aunt wami yindoda esiclose kakhulu besekuthi nomunye umfana nje omncane waseTsholotsho kuthiwa ngu Mthokozisi Ndlovu. Then abanye nje siyahlangana ngalokho esihlangana ngakho siphinde sehlukane siyehlangana futhi ma sesidingana."
Umculo wakho bangawuthola ngaphi Jeffrey?
'Bangangithinta ku 0711706026, kuYoutube channel sikhona ungathi JM Sounds uyakwazi ukuthi usithole lapho laku Facebook ekhasini le Facebook siyatholakala futhi nakhona naku Instagram, ngiyabonga.
Besitshibilila ngomdumo weRhumba ovela kuJM Sounds nguye ebesilaye kuhlelo Woza Friday.
Forum