amalinks wokungena

Breaking News

Abathole Izicoco zeMatabeleland Cultural Awards Trust Ngokuthuthukisa Amasiko Bachasisa Ngemisebenzi Yabo


Uphawu lweMatabeleland Cultural Awards
Uphawu lweMatabeleland Cultural Awards

Abasanda ukwamukela izicoco zokulondoloza amasiko koBulawayo kunhlanganiso ezimeleyo eye Matabeleland Cultural Awards Trust bathi bazaqhubeka bethuthukisa inhlelo zamasiko ezigabeni zabo ngoba ziyinsika yesizwe seMatabeland. Sixoxe lembongi elodumo uAlbert Nyathi owamukele isicoco sokulondoloza amasiko okweminyaka eminengi ese Lifetime Award yena osichasisela ngemisebenzi yakhe. Eyinye imbongi eyamukele isicoco nguZwelithini “Mjabulisi” Dlamini.

Induna yeNkayi uChief Dakamela owamukele isicoco sokuba yinduna elohlonzi eMatabeleland uthi imendulo ayamukeleyo ibalulekile ngoba ngeyabantu besigaba sakhe hatshi yena yedwa.

Umqondisi wenhlanganiso ye Matabeleland Cultural Awards uMnu. Philani Ncube uchasisa ngenjongo yomsebenzi wenhlanganiso yakhe.

UEsther Sibanda ohlabela umculo weMaskandi ekwele South Africa owazakala ngokuthi Ntombiyabelungu ngomunye othole lesi isicoco. Uchasisa ngomcimbi awuqoqayo eNkayi.

Abanye abathole lezi izicoco babalisa iqembu lembube eleAmaqaqa, eleAmasiko Akithi Traditional Group, elomculo wezokholo ele Amakholwa Enkosi, umhleli uMehluli Ndlovu, oqeqetsha ezomgido wamasiko esikolo seMabhukudwane koBulawayo uNkosazana Lillian Dube, ingcwethi kwezokusetshenziswa kwemithi yesintu uMnu. Gift Ngwenya, umlobi uRapeling Dube le national museum and monuments .

please wait

No media source currently available

0:00 0:09:09 0:00

Asizweni umculo kaNtombiyabelungu othi Makoti.

Siphinde saxoxa loNkosazana Lillian Dube, oqeqetsha abantwana besikolo seMabhukudwane Primary School imigido yesintu othole izicoco ezimbili kuMatabeleland Cultural Awards.

please wait

No media source currently available

0:00 0:03:36 0:00

Forum

XS
SM
MD
LG